Dreams: African Interpretation (Zulu version)
- Anonymous Soul39
- Mar 20, 2021
- 1 min read
Ukuphupha-
Umuntu odumile/owaziwayo: inhlanhla;
Udla ukudla: ukudliswa;
Wenza ucansi nomuntu: ulala nesilwane;
Uzithatha isithombe noma omunye umuntu uthatha isithombe sakho: umuntu uyakuthwebula;
Umuzi wotshani: yakhelani abantu abadala indlu yabo;
Udla amafruits/izithelo: kunomuntu okhulelwe;
Ukhulelwe: ukhulelwe noma kuzophuma imfihlo;
Usesikhathini: waphuphunyelwa ingane;
Unyuka intaba: ubunzima bempilo;
Uthenga izimphahla ezintsha: inhlanhla leyo;
Uzigeza/ ukuwasha: kudingeka inhlambuluko;
Amakaka/selesele/impethu: isichiho;
Umshado: ukufa;
Ingane: isilwane;
Umgcwabo: impilo;
Inyama esithebeni: isifo noma ukufa;
Inyoka eluhlaza: idlozi/ abantu abadala;
Inyoka em’nyama: isitha leso;
Indlu engcolile: kudingeka inhlambuluko endlini;
Udakiwe: ziyakuhla izinkinga zakho;
Ingozi yemoto: ukufa;
Ulwandle luthule, luluhle: abantu abadala bakulethela izibusiso;
Imali: inhlanhla (uma kuyimali eyiphepha, inhlanhla izosheshe ifike);
Ingwe, bhubesi, indlovu, ingwenya, inhlwathi: idlozi.
Please like, comment, share & subscribe to my site below.
Please follow me on IG @anonymoussoul39.

Comments